'Abantu bakuleli abakholwa ukuthi banomengameli ongafundile'

Durban – "Abantu baseNingizimu Africa abakholwa ukuthi indoda engakaze iye esikoleni ingumengameli wabo, yingakho behlezi beyingcofa ubusuku nemini".

Lawa ngamazwi kaMengameli Jacob Zuma awasho ngoLwesihlanu.

Ekhuluma ehambele umcimbi weJacob Zuma Foundation lapho bekuvaleliswa khona abafundi abangu-19 abathole imifundaze yokuyofunda e-American University of Nigeria, eNigeria, uZuma uthe ukukhula ngaphansi kobubha yikho okwaholela ekutheni asungule le nhlangano.

OLUNYE UDABA: Asisebenze ngokuzikhandla - UZuma enxusa isizwe

"Ngadonsa kanzima ngoba ngangingafundile, yingakho ngakhetha ukuzifundisa mina ngokwami. Kunabantu abamelene nokuthi ngingumengameli ekubeni angifundile.

"Ngakho kumele bahlaselane nami zonke izinsuku. Akekho noyedwa owake wangincoma wathi kuyisimangaliso ukuthi yize ngingafundile kodwa ngakwazi ukuba ngumengameli."

UZuma uthi ukube uyazilalela izimfamona ngabe sewaphathwa ukhwantalala.

Uthi kubuhlungu ukuthi uma umuntu ekhule empofu bese ebukelwa phansi ngisho esekwazile ukuzithuthukisa.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 864 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1635 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8887 votes
Vote
ZAR/USD
15.35
(-0.02)
ZAR/GBP
20.49
(+0.04)
ZAR/EUR
18.20
(+0.08)
ZAR/AUD
11.25
(-0.25)
ZAR/JPY
0.15
(+0.05)
Gold
1829.74
(-0.34)
Silver
23.43
(-0.30)
Platinum
935.00
(+0.92)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2328.01
(-0.04)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo