Abasebenzela abakwaMpisane bakhala ngokungaholelwa

Durban – Izisebenzi ezingaphezulu kuka-700 zikasomabhizinizi waseThekwini odumile, uShauwn Mpisane, zifake isikhalazo kweyeCommission for Conciliation, Mediation and Arbitration (CCMA) zikhala ngokungakhokhelwa imali yazo.

Kudingeke ukuthi kubizwe amaphoyisa ngesikhathi izisebenzi ezibalelwa ku-300 zigasela emahhovisi e-CCMA, zithi ziqashwe ngaphansi kwenkampani kaMpisane, iZikhulise Cleaning Maintenance and Transport.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele uShauwn Mpisane

Lezi zisebenzi, ezinye zazo ebezigqoke izikibha zeZikhulise ezinye zidlubhe eze-ANC, zithe zaziqashiwe ukuba zakhe izindlu zomxhaso eMlazi naKwaDukuza, kepha zithi azikaze ziholelwe ngonyaka odlule, kanti futhi lezi zindlu azikaqedwa ukwakhiwa.

Ezinye izisebenzi zithi zaya kwa-CCMA ngoNovemba nangoDisemba, isimangalo sazo bekumele silalelwe ngoLwesithathu, ngokho kwangafika muntu ozomela inkampani kaMpisane.

Lolu daba lube selihlehliselwa inyanga ezayo.

Udaba oluphelele likuDaily News.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 364 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 642 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1718 votes
Vote
ZAR/USD
15.18
(+0.55)
ZAR/GBP
20.42
(+0.06)
ZAR/EUR
18.44
(+0.40)
ZAR/AUD
11.30
(+0.30)
ZAR/JPY
0.15
(+0.08)
Gold
1839.70
(+0.59)
Silver
24.08
(+0.31)
Platinum
1031.00
(+2.48)
Brent Crude
47.96
(+1.75)
Palladium
2302.01
(-3.30)
All Share
58947.48
(+1.14)
Top 40
54171.85
(+1.29)
Financial 15
11399.33
(+0.82)
Industrial 25
79681.43
(+0.78)
Resource 10
56621.26
(+2.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo