Abazali abahambisani neyokumiswa kukathisha waKwaNongoma

Durban – Kuthiwa abazali abahambisani nokumiswa kukathisha wasePrince Tokotoko, KwaNongoma, okusabalale i-video emveza ebhaxabula abafundi ngepayipi ezinqeni.

La bazali bakhala ngesinqumo sikaNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMthandeni Dlungwane, sokumisa lo thisha ngokushesha emsebenzini, kubika iSolezwe.

Abazali bathi lo thisha usefundise kulesi sikole iminyaka eminingi, abekwenza ubekwenza ngoba nakho ebakha abafundi.

OLUNYE UDABA: Usenkingeni uthisha waKwaNongoma kulandela ukusabalala kwe-video

“Ungqongqoshe uze la evele esesenzile isinqumo, akazange asibuze thina njengabazali ukuthi sicabangani ngalesi sigameko,” kusho omunye wabazali uNester Maduma.

Abazali nabafundi bakulesi sikole banovalo lokuthi kuzoba nokuphazamiseka kwezifundo uma lo thisha emiswa, kwazise unyaka usuphakathi.

Kule video eyasabalala ngesonto eledlule, kuvela lo thisha etalabha abafundi abahlanu abenza uGrade 12 ngoba befeyile isivivinyo seGeography.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6189 votes
It's four more years for Trump
54% - 7274 votes
Vote
ZAR/USD
16.31
(+0.75)
ZAR/GBP
21.46
(-0.67)
ZAR/EUR
19.35
(+0.57)
ZAR/AUD
11.62
(-0.14)
ZAR/JPY
0.16
(-0.05)
Gold
1924.58
(+0.76)
Silver
25.03
(+1.22)
Platinum
887.00
(+2.00)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2396.00
(+0.77)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo