Abazalwane bakhala ngoBabes Wodumo ongasalubhadi esontweni

Durban – Abazalwane balapho kusontisa khona ubaba womculi osematheni kulezi zinsuku uBongekile Simelane, odume ngelikaBabes Wodumo, bakhala ngengane kamfundisi engasonti.

Ubaba kaBabes ungumfundisi eMount Zion Faith Mission eseLamontville, kanti kuthiwa lo saziwayo akasayingeni indaba yesonto.

Abazalwane bathi kubi ukuthi ubaba kaBabes, uWelcome Simelane, elokhu ememela abantu eNkosini ekubeni eyakhe ingane ihamba imijuxuzo.

Bathi solokhu aphumelela endimeni yomculo uBabes akasalubhadi esontweni.

OLUNYE UDABA: Kubikwa ukuthi kunombango ngoBabes Wodumo

“Sasikuqonda ekuqaleni ukuthi uba matasa ngezinto zomsebenzi, kodwa manje sekuphele izinyanga singamboni.

“Ubaba wakhe uthi intsha ayingaphuthi enkonzweni kodwa eyakhe ingane ayibonwa nangokhalo,” kusho omunye umzalwane.

Omunye uthe ubaba kaBabes akumele anake abantu abasha uma kuwukuthi eyakhe ingane iyamhlula.

Ethintwa uBabes nobaba wakhe banqabile ukuphawula.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 4066 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2770 votes
No, I don't think they need it
36% - 3906 votes
Vote
ZAR/USD
15.29
(-0.52)
ZAR/GBP
21.24
(-0.12)
ZAR/EUR
18.29
(-0.11)
ZAR/AUD
11.81
(-0.08)
ZAR/JPY
0.14
(-0.10)
Gold
1700.44
(+0.04)
Silver
25.20
(+0.16)
Platinum
1128.01
(+0.31)
Brent Crude
69.67
(+3.93)
Palladium
2329.95
(+0.62)
All Share
68271.19
(+0.78)
Top 40
62788.64
(+0.87)
Financial 15
12759.80
(+0.67)
Industrial 25
87613.31
(-0.32)
Resource 10
70801.78
(+2.36)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo