Abosizo lokuqala basindise usana oluzalwe singakafiki isikhathi

Pretoria – Abosizo lokuqala eThekwini basindise impilo yosana oluzalwe lusanamasonto angu-28.

Okhulumela iNetcare911 uChris Botha uthe phakathi kwamabili ngoLwesihlanu, abosizo lokuqala baphuthume eNewlands, eThekwini owesifazane oneminyaka engu-20 ubudala ebeletha.

Fundanalolu daba: Amaphoyisa adubule abulala umsolwa

"Imibiko yasendaweni yesehlakalo ikhomba ukuthi ingane izalwe ngaphambi kwesikhathi, inamasonto angu-28. Abosizo lokuqala bafike endaweni yesehlakalo bathola usana lunganyakazi.”

Uthe abosizo lokuqala benze konke okusemandleni abo ukusindisa usana, ngemuva kwemizuzu embalwa lwabonakala seluphefumula.

Umama nosana baphuthunyiswe esibhedlela ukuze bathole usizo olunzulu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 3756 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2550 votes
No, I don't think they need it
37% - 3641 votes
Vote
ZAR/USD
15.30
(-1.60)
ZAR/GBP
21.24
(-1.18)
ZAR/EUR
18.31
(-0.77)
ZAR/AUD
11.82
(-1.06)
ZAR/JPY
0.14
(-0.68)
Gold
1697.41
(-0.76)
Silver
25.33
(-2.55)
Platinum
1126.50
(-2.63)
Brent Crude
63.94
(+2.19)
Palladium
2335.00
(+0.34)
All Share
67743.54
(-0.85)
Top 40
62250.03
(-0.97)
Financial 15
12674.59
(+0.82)
Industrial 25
87893.58
(-1.99)
Resource 10
69264.74
(+0.06)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo