Adedelwe ngebheyili amaphoyisa abhekene necala lezidakamizwa nawenkohlakalo

Mpumalanga – Amaphoyisa amabili, asolwa ngokuba yingxenye yezigebengu ezishushumbisa izidakamizwa ukusuka eSwazini kuya eNingizimu Afrika, anikezwe ibheyili kulandela ukuboshwa kwawo eJeeps Reef, eMpumalanga, kusho oKlebe ngoLwesine.

Abesilisa ababili badedelwe ngebheyili ka-R1 000 umuntu emunye eNkantolo kaMantshi eTonga ngoLwesithathu ngamacala enkohlakalo, ukutholakala nesibhamu esingekho emthethwenmi nezinhlamvu kanye nokushushumbisa izidakamiswa.

UMacdonald Skhumbuzo Masilela, 32, noDuo Sibusiso Silas Shabangu, 41, baboshwe emizini yabo ekuseni ngoLwesithathu, ngokusho kwesitatimende.

OLUNYE UDABA: Ushonile owesifazane ophoseke eweni ekha amakhambi

UMasilela kuthiwa utholakale nesibhamu esingekho emthethweni kanye nezinhlamvu, kanti uShabangu yena kuthiwa utholakale namadokodo asesiteshini samaphoyisa esiseSchoemansdal.

Icala likaShabangu lidlulisele eNkantolo kaMantshi eNelspruit, lapho kulindeleke ukuba avele khona ngoMashi 15.

UMasilela kulindeleke ukuba yena aphinde avele eNkantolo yaseTonga ngoMashi 7.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7786 votes
It's four more years for Trump
53% - 8940 votes
Vote
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo