Akukho okungazamazamisa i-ANC – Gigaba

Cape Town – UNgqongqoshe wezaseKhaya uMalusi Gigaba uthe i-African National Congress iyokhala ngaphansi okhethweni lwezindawo kuphela uma “ingalaleli”.

UGigaba ubekhuluma ne-Eyewitness News, wathi isitha esikhulu seqembu yilo uqobo.

Uthe “akukho simo sezepolitiki” esingazamazamisa i-ANC kuleli, wathi uKhongolose awusoze wahlulwa okhethweni.

OLUNYE UDABA: Kudungeke umcimbi we-ANC usingaye engafiki

UGigaba ugcizelele ngokuthi i-ANC isengozini yokulahlekelwa abalandeli uma ihluleka ukulalela.

Khonamanjalo, uMengameli Jacob Zuma uthe ukhetho lwalo yaka luzoba ngolunzima kakhulu ku-ANC, esho etshela iNews24 ngoLwesihlanu.

"Sazisholo ngokwethu ukuthi siyizisebenzi zabantu. Ngakho-ke asikwazi ukuyishaya indiva imibono yabantu.

"Ngeke sikwazi ukubafunza ngenkani abantu abaholi abangabafuni,” kusho uZuma ngesikhathi uKhongolose unomgubho eRustenberg.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 857 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1616 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8790 votes
Vote
ZAR/USD
15.39
(-0.26)
ZAR/GBP
20.51
(-0.11)
ZAR/EUR
18.23
(-0.12)
ZAR/AUD
11.25
(-0.32)
ZAR/JPY
0.15
(-0.08)
Gold
1823.97
(-0.66)
Silver
23.36
(-0.62)
Platinum
931.49
(+0.57)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2326.00
(-0.19)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo