Amadoda akhelwe ikamelwana 'lokuzimeteza' edolobheni

New York - Inkampani yamathoyizi ocansi eNew York isiyakhe ikamelwana lokuqala 'lokuzimeteza', lapho amadoda avumeleke khona ukuba 'azimeteze' imizuzu embalwa emini kabha ngenhloso yokuzikhulula ebunzimeni bangaleso sikhathi.

Leli kamelwana lakhwe ngemuva kocwaningo oluveze ukuba amadoda angama-39% athe 'ayazimeteza' emsebenzini.

Leli kamelwana elibizwa ngeGuyFi linesihlalo, ilaptop, i-wifi nekhethini phakathi lihlose ekutheni lizenze ihhovisi elikhulu okwazi ukwenza izinto ngaphandle kokuphazanyiswa ngabantu.

OLUNYE UDABA: Ukuzimeteza akubolile, kodwa ukuphinga

Omunye wabasunguli bakwaHot Octopuss u-Adam Lewis uchaze lelikamelwana wathi, "kubalulekile ukuthatha ikhefu emsebenzini, wathi kunzima futhi kuyakhathaza ukusebenza kusukela ekuseni ikakhulukazi edolobheni elifana nelaseManhattan. Kubalulekile ukuthi abantu besilisa bazinakekele ukuze isimo sabo sempilo sizohlala sisihle futhi bezokwazi ukusebenza ngokuzimisela."

Amadoda abalelwa kwangaphezu kwangu-100 asebenzisa lelikamelwana ngosuku lokuqala libekiwe.

Abenkampani bathe lelikamelwana alwenziwanga ngenhloso yokugqugquzela 'ukuzimeteza' emsidlangalaleni njengoba lokho kuyicala.

Abantu babe sebephawula enkundleni yezokuxhumana iTwitter:

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
14% - 418 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 720 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1908 votes
Vote
ZAR/USD
15.20
(-0.25)
ZAR/GBP
20.40
(-0.01)
ZAR/EUR
18.42
(-0.06)
ZAR/AUD
11.29
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(+0.06)
Gold
1835.48
(-0.24)
Silver
24.14
(+0.55)
Platinum
1061.00
(+3.78)
Brent Crude
48.78
(+0.95)
Palladium
2336.01
(+1.71)
All Share
59419.37
(+0.80)
Top 40
54500.04
(+0.61)
Financial 15
11646.83
(+2.17)
Industrial 25
79758.36
(+0.10)
Resource 10
57015.33
(+0.70)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo