Amaphoyisa abambe imbuzi ebiyehla yenyuka emgwaqeni eWestville

Durban - Amaphoyisa asebenze kanzima ebamba imbuzi ebithwabaza emgwaqeni endaweni yaseWestville ngoLwesibili.

Le mbuzi ebiboshwe ngentambo eluhlaza emqaleni ibiyehla yenyka emgwaqeni.

Abaphoyisa abambe le mbuzi ayigcina esiteshini samaphoyisa aseWestville.

OLUNYE UDABA: Kufunwa obesakaza imbuzi ngezimpama

Ngokusho kwekhasi lakuFacebook lamaphoyoisa amaphoyisa abone le mbuzi ngesikhathi eqhuba umsebenzi wawo.

"Kubizwe abakwaSPCA baseKloof ukuba bazolekela bathembisa nokuthumela iveni ezoyilanda.

"Kudala sagcina ukubona imfuyo emgwaqeni kusukela ngonyaka wango-1990 ngesikhathi sibamba izimbuzi zingena endaweni yasePavilion kungaka biyelwa.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5202 votes
It's four more years for Trump
54% - 6169 votes
Vote
ZAR/USD
16.52
(-0.09)
ZAR/GBP
21.36
(+0.11)
ZAR/EUR
19.52
(-0.45)
ZAR/AUD
11.62
(+0.26)
ZAR/JPY
0.16
(+0.17)
Gold
1905.59
(+0.17)
Silver
24.56
(+4.97)
Platinum
863.00
(+1.24)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2337.00
(+0.75)
All Share
55162.80
(+0.00)
Top 40
50754.10
(+0.02)
Financial 15
9936.28
(-0.42)
Industrial 25
75725.69
(+1.29)
Resource 10
53391.85
(-1.36)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo