Amaphoyisa abulale obesolwa ngokuduna imoto eThekwini

Durban - Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athi kudutshulwe osolwa ngokuduna imoto washona esigamekweni esenzeke eMariannridge, ngaphandle kweTheku.

"Ummangali uthi ubehamba ngeToyota Hilux emhlophe kuScorpio Place ngoLwesine ngesikhathi kuqhamuka umsolwa ethi ufuna ukuqasha imoto yakhe," kusho owamaphoyisa uMajor Thulani Zwane.

"Kuthe kusenjalo umsolwa wakhomba umnikazi wemoto ngommese, wase ebaleka nemoto," esho.

OLUNYE UDABA: Kubulawe umsolwa kudutshulwana namaphoyisa

Amaphoyisa abe esebikelwa, ajaha umsolwa aze amfica. Ube esephuma emotweni ekhiphe ummese wagwaza ngawo iphoyisa.

"Yilapho-ke iphoyisa elikhiphe khona isibhamu ladubula lexwayisa umsolwa, kepha kwazinhlanga zimuka nomoya.

"Kuze kwaphoqeleka ukuthi iphoyisa lidubule umsolwa wase eyashona."

Iphoyisa liphuthunyiswe esibhedlela linenxeba lokugwazwa esiswini.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 944 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1783 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9803 votes
Vote
ZAR/USD
15.27
(-0.61)
ZAR/GBP
20.36
(-0.37)
ZAR/EUR
18.18
(-0.61)
ZAR/AUD
11.21
(-0.24)
ZAR/JPY
0.15
(-0.63)
Gold
1813.07
(+0.23)
Silver
23.36
(+0.44)
Platinum
953.00
(-0.47)
Brent Crude
47.84
(+3.78)
Palladium
2323.01
(-0.13)
All Share
57810.77
(+0.08)
Top 40
53030.64
(-0.04)
Financial 15
11649.04
(-0.22)
Industrial 25
80040.56
(-0.11)
Resource 10
52640.63
(+0.14)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo