Amaphoyisa abuye nabasolwa ephume umkhankaso eMgababa

eMgababa - Uhlelo lwamaphoyisa lokuphuma umkhankaso wokuthungatha izigilamkhuba endaweni yaseMgababa lube yimpumelelo.

Amaphoyisa afike kweminye yemizi yakule ndawo yazithela phezu kwabasolwa ababili banenqwaba yezidakamizwa.

Laba babekwe amacala okutholakala nezidakamizwa zohlobo lwe-heroin engu-109 kanye namaphilisi angu-18 ama-mandrax.

OLUNYE UDABA:UMbuso uzoyishaqa yonke imali yowayedayisa izidakamizwa

Kwesinye isigameko sangoMgqibelo uphiko lwe-K9 ePort Shepston lubambisene ne-DPCI Organised Crime, 10111 Response Unit kanye nenkampani yonodaba bavimbezele imoto ebisolisa ku-R102 ePort Shepstone.

Ngesikhathi iseshwa le moto, kutholakale amasaka ensangu.

Kulokhu kuboshwe abesimame abathathu kanye nowesilisa oyedwa bonke abadabuka Eastern Cape.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7126 votes
It's four more years for Trump
54% - 8227 votes
Vote
ZAR/USD
16.21
(-0.29)
ZAR/GBP
21.20
(-0.03)
ZAR/EUR
19.21
(-0.34)
ZAR/AUD
11.59
(-0.34)
ZAR/JPY
0.15
(-0.27)
Gold
1910.09
(+0.28)
Silver
24.76
(+0.34)
Platinum
893.00
(+1.47)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2367.00
(+0.44)
All Share
55500.94
(+1.29)
Top 40
50911.04
(+1.26)
Financial 15
10572.78
(+1.89)
Industrial 25
75087.10
(+1.29)
Resource 10
53356.27
(+1.02)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo