Amaphoyisa agasele esontweni lomtakabani

Thailand - UPhra Dhammajayo ohlaselwe amaphoyisa esithempelini lapho abe bhace khona ebalekela izinsolo zokukhwabanisa, kubika i-BBCNEWS.

Lo mlisa oneminyaka engu-72 unezinyanga ehleli kuleli thempeli kanti uthi ulapha ngoba engaphilile kahle hhayi ngoba ebalekela ingalo yomthetho.

Lo mlisa kanye nabalandeli bakhe bayawaphika amahlebezi wokuthi baholwa ezombusazwe nokuthi bayakhwabanisa kuleli thempeli.

OLUNYE UDABA:Ithempeli lokuqala elizokwamukela izitabane

Oyiphini likamqondisi wamaphoyisa kuleli uMaj Suriya Singhakamol uthe kubenzima ukuba bangene kuleli thempeli ngoba amakholwa abavimbezele phandle.

"Lo msebenzi bekumele uqhutshwe ngokuthula kungabi bikho olimalayo kodwa kube nzimba ukungena phakathi yize siphethe incwadi esigunyazayo," kusho yena.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 9817 votes
It's four more years for Trump
53% - 11022 votes
Vote
ZAR/USD
16.38
(-1.31)
ZAR/GBP
21.28
(-0.88)
ZAR/EUR
19.26
(-0.96)
ZAR/AUD
11.54
(-0.07)
ZAR/JPY
0.16
(-1.44)
Gold
1876.32
(-1.48)
Silver
23.35
(-3.87)
Platinum
870.00
(-0.47)
Brent Crude
41.09
(+1.96)
Palladium
2231.48
(-3.18)
All Share
52308.14
(-3.28)
Top 40
47930.58
(-3.29)
Financial 15
10026.43
(-4.54)
Industrial 25
72862.13
(-1.98)
Resource 10
48131.41
(-4.51)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo