Amaphoyisa aphenya esokuthunjwa kukasomabhizinisi

Pretoria - Amaphoyisa aphenya isigameko sokuthunjwa kukasomabhizinisi kuMoloto Road eCullinan, eGauteng ngeSonto, kubika iPretoria East Rekord.

Iisgameko senzeke ngezithuba zabo-21:30 ngesikhathi amadoda amathathu abehamba ngeveni ephoqwa ngamadoda amathathu angaziwa abehomile ehamba ngemoto yohlobo lwe-VW Jetta, ukuba ame eceleni komgwaqo.

Ngokuba kokhulumela amaphoyisa uConstable Connie Moganedi, abasolwa batshele omunye wezisulu ukuba abaleke ebe efaka lezi ezinye izisulu ezimbili ebhuthini yemoto yawo, oyedwa walezi zisulu ngusomabhizinisi.

OLUNYE UDABA:Kuthunjwe usomabhizinisi eKapa

Ngokuhamba kwesikhashana abasolwa banikezaumshayeli weveni okhiye base behamba nosomabhizinisi esavalelwe ebhuthini.

UMoganedi uthe usomabhizinisi ubengakatholakali wabe esecela onolwazi ngesigameko axhumane namaphoyisa aseCullinan ku-012 734 751 noma ku-08600 10111.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 3255 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2232 votes
No, I don't think they need it
36% - 3139 votes
Vote
ZAR/USD
14.92
(-0.06)
ZAR/GBP
20.82
(+0.00)
ZAR/EUR
18.04
(-0.02)
ZAR/AUD
11.67
(+0.08)
ZAR/JPY
0.14
(+0.10)
Gold
1733.06
(-0.18)
Silver
26.64
(-0.22)
Platinum
1198.50
(+0.29)
Brent Crude
62.54
(-1.55)
Palladium
2374.99
(+0.39)
All Share
68510.75
(+1.44)
Top 40
63104.70
(+1.61)
Financial 15
12568.48
(+0.90)
Industrial 25
89150.72
(+1.21)
Resource 10
70539.82
(+2.28)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo