Amaphoyisa athi namanje usagcwele izinkalo uthisha we-video

Durban - Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aveze ukuthi namanje akakatholakali uthisha ofunwa uthuli osolwa ngamacala okudlwengula kulandela ukuputshuka kwama-video elele nabesifazane abehlukene.

Lo thisha, ofundisa eKucabangeni High School, eNquthu, kusolakala ukuthi omunye wabesifazane avela esocansini nabo ungumfundi kulesi sikole, kubika iSolezwe.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Thulani Zwane uthe namanje lo thisha akakazinikeli emaphoyiseni.

"Kuze kube yimanje amaphoyisa asathungatha lo thisha," kusho uZwane.

OLUNYE UDABA: Uzame ukuzibulala umfundi obonakala kwi-video yaseNquthu

Lo thisha uyilungu le-Natu, kanti le nyunyana bekulindeleke ukuba ibambe isithangami sabezindaba eThekwini ukuze kudingidwe ngalolu daba.

Lolu daba lwaqubuka ngesonto eledlule ngesikhathi abafundi bethola la ma-video base bevuka umbhejazane bashisa indlu okuhlala kuyo lo thisha emagcekeni esikole.

Sekube nemibiko ethi lo thisha uthumela izinsongo zokufa ezisulwini zakhe.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
36% - 1928 votes
I'll wait to see how others respond
27% - 1457 votes
No, I don't think they need it
37% - 1980 votes
Vote
ZAR/USD
14.57
(-0.65)
ZAR/GBP
20.61
(-0.54)
ZAR/EUR
17.77
(-0.78)
ZAR/AUD
11.64
(-0.70)
ZAR/JPY
0.14
(-0.43)
Gold
1788.99
(-0.78)
Silver
27.77
(-0.51)
Platinum
1251.50
(-0.79)
Brent Crude
66.41
(+2.64)
Palladium
2402.00
(-1.04)
All Share
66927.41
(+1.10)
Top 40
61480.11
(+1.21)
Financial 15
12407.98
(+0.43)
Industrial 25
86221.09
(-0.38)
Resource 10
69090.16
(+3.53)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo