Amasosha kwezinye izinsolo zokunukubeza ngokocansi

United Nations – INhlangano yezizwe ngoLwesibili iqalise uphenyo ngezinsolo zakamuva ezithi kunamasosha ayo athinteka ekunukubezeni amantombazanyana ngokocansi enhlokodolobha yaseCentral African Republic.

Uphenyo lugxile ekuthole ukuthi mangaki amasosha athintekayo, kusho okhulumela unobhala jikelele we-UN.

UStephane Dujarric akazange adalule ukuthi amasosha asolekayo angawakumaphi amazwe.

Funda nalolu daba: Kutholwe ikhanda lowesifazane lintanta emanzini

I-UN icele amazwe ukuba aqalise uphenyo ngokushesha, njengoba kusemahlombo awo amazwe ukujezisa amasosha awo emacaleni afuze lawa.

I-UN ayiwadaluli amagama amazwe amasosha asebenza ngaphansi kwayo asolwa ngokunukubeza ngokocansi, kodwa uNobhala jikelele we-UN uBan Ki-moon uthi afuna kulo nyaka ukuwadalula.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5202 votes
It's four more years for Trump
54% - 6169 votes
Vote
ZAR/USD
16.52
(-0.09)
ZAR/GBP
21.36
(+0.11)
ZAR/EUR
19.52
(-0.45)
ZAR/AUD
11.62
(+0.26)
ZAR/JPY
0.16
(+0.17)
Gold
1905.59
(+0.17)
Silver
24.56
(+4.97)
Platinum
863.00
(+1.24)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2337.00
(+0.75)
All Share
55162.80
(+0.00)
Top 40
50754.10
(+0.02)
Financial 15
9936.28
(-0.42)
Industrial 25
75725.69
(+1.29)
Resource 10
53391.85
(-1.36)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo