'Ayikho imibiko yabakuleli abashonile noma abalimale kwesenzeke eLas Vegas'

Johannesburg - UMnyango wezobuDlelwane namazwe angaphandle, nezokuBusa ngokuBambisana, uthi ima usazama ukuqinisekisa ukuthi abekho yini abaseNingizimu Afrika ababulewe noma abalimale esigamekwen sokudubula esenzeke eLas Vegas esidlule nemiphefumulo yabantu abangu-50 kwalimala inqwaba.

"Sesibhekile kulabo abashonile nalabo abalimele, ayikho imibiko evelile yokubandakanyeka kwabantu abangabokufika kuleliya lizwe okwamanje," kusho okhulumela uMnyango, uClayson Monyela etshela iNews24.

Kuphinde kwalimala abantu abangaphezu kwabangu-200 kulesi sibhicongo.

OLUNYE UDABA:Kushone 20 wabantu, kwalimala ngaphezu kwabangu-100 kwesokudubula eLas Vegas

UMonyela uthe ngokwemininingwane abayitholile evela kwiziphathimandla zendawo, kubonakala sengathi yizakhamuzi zaseMelika kuphela ezibandakanyeke kulesi sigameko.

I-Associated Press (AP) ibike ukuthi iziphathimandla zithole imibiko ngomsolwa obededela inganono eduzane nase-Route 91 Harvest Festial ngeSonto.

Baqhube ngokuthi bonke abalimalile baphuthunyiswe esibhedlela kulandela isigameko esenzeke kuqhubeka ikhonsathi eLas Vegas.

Ushayasibhamu uhlonzwe yiziphathimandla njengesakhamuzi saseNevada uStephen Paddock, 64, kubika i-AP.

Kuthiwa umsolwa unyukele esitezi sika-32 eMandalay Hotel, waqala wadubula ngentululwane yezinhlamvu ebhekise kwabebehambele le khonsathi.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
As a child or as an adult, have you ever been a victim of bullying?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, at school
55% - 3940 votes
Yes, at work
18% - 1255 votes
No, I've never experienced this
27% - 1955 votes
Vote
USD/ZAR
14.27
(+0.2)
GBP/ZAR
19.86
(+0.0)
EUR/ZAR
17.21
(+0.3)
AUD/ZAR
11.07
(+0.2)
JPY/ZAR
0.13
(+0.2)
Gold
1,788.78
(-0.3)
Silver
26.39
(-0.6)
Platinum
1,203.00
(-1.2)
Brent Crude
65.32
(-1.9)
Palladium
2,846.20
(-1.2)
All Share
66,931
(-0.3)
Top 40
61,161
(-0.4)
Financial 15
12,099
(-0.2)
Industrial 25
86,653
(-0.1)
Resource 10
68,693
(-0.8)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo