Babuyele abafundi besikole saseThekwini abalimala kweyebhasi

Durban – Abafundi abathathu besikole esiseThekwini nothisha oydwa basasegumbini labagula kakhulu i-Intensive care uniti ngemubva kwengozi yebhasi, kusho uthishanhloko ngoMsombuluko.

Abafini abangu-8 basasesibhedlela kulandela ingozi yebhasi ngoLwesihlanu ebusuku, kusho uthishanhloko u-Erica Hayes-Hill.

OLUNYE UDABA:Kulimale izingane ezingu-50 kuginqika ibhasi eKZN

"Abafundi abathathu sebesegumbini labagula kakhulu kanti kuthiwa abanye abebekahle sebesesimeni esibucayi."

Abafundi abangu-51, othisha abane, nabaqeqeshi abane babsebhasini ngesikhathi ishayisa ku-N2 eManzimtoti. babebuya emncintiswaneni womdlalo wezinyaeo ePort Sherpstone.

"Othisha abalimalile bahlala endaweni yesigameko baqinisekisa ukuba kunakwa abafundi kuqala ngaphambi kokuba kulashwe bona. Abanye abafundi bakwazi ukuba basize labo abalimele."

Isikhulumi soMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal uMuzi Maahlambi  uthe amaphoyisa nomnyango wezokuThutha aphenya isigameko.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 2911 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2020 votes
No, I don't think they need it
36% - 2831 votes
Vote
ZAR/USD
14.94
(+0.60)
ZAR/GBP
20.84
(+0.78)
ZAR/EUR
18.01
(+0.90)
ZAR/AUD
11.62
(+0.31)
ZAR/JPY
0.14
(+0.71)
Gold
1737.97
(-0.03)
Silver
26.85
(+0.28)
Platinum
1210.50
(+1.25)
Brent Crude
64.95
(0.00)
Palladium
2382.49
(+1.83)
All Share
67536.96
(+2.12)
Top 40
62107.04
(+2.23)
Financial 15
12456.31
(+2.10)
Industrial 25
88082.08
(+2.25)
Resource 10
68969.71
(+2.24)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo