Bagasele enyuvesi bavulela ngenhlavu - Umbiko

Kabul – Oshayasibhamu bagasele enyuvesi yamaMelikana ezweni lase-Afghanistan ngoLwesithathu badedela iziqhumane, kubika i-Reuters

Imibiko ithi amakhulu abafundi kanye nabasebenzi bavaleleke phakathi enyuvesi. Ngokusho koMnyango wezokuPhepha kuleli, amavikelambuso azungeze lenyuvesi njengoba balokhu bevulele njalo ngenhlamu oshaya sibhamu.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa ashaqe izibhamu ezingu-15 eGreytown

“Amadoda ambalwa ahlasele inyuvesi esedolobheni laseKabul, bavimbezela abafundi kanye nabafundisi abangebona bakuleli,” kusho abezomthetho.

Lesi isigameko sesibili sokuhlaselwa kwale nyuvesi kule nyanga njengoba phambilini kwathunjwa abafundisi ababili abadabuka eMelika kanye nase-Australia.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
36% - 1874 votes
I'll wait to see how others respond
27% - 1410 votes
No, I don't think they need it
37% - 1913 votes
Vote
ZAR/USD
14.45
(+0.00)
ZAR/GBP
20.51
(-0.03)
ZAR/EUR
17.63
(+0.02)
ZAR/AUD
11.55
(+0.11)
ZAR/JPY
0.14
(+0.02)
Gold
1797.83
(-0.29)
Silver
28.08
(+0.55)
Platinum
1258.00
(-0.18)
Brent Crude
66.41
(+2.64)
Palladium
2423.05
(-0.22)
All Share
66200.76
(+0.42)
Top 40
60747.41
(+0.42)
Financial 15
12354.99
(+0.99)
Industrial 25
86550.38
(-0.10)
Resource 10
66735.02
(+0.89)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo