Kuthungathwa abagebenge iloli lotshwala balishiya eMall

Kempton Park - Litholakale kwinxanxathela yezitolo iloli yotshwala edunwe imigulukudu, kubika iKempton Park Express.

Kuboshwe umsolwa oyedwa ngesikhathi amaphoysa omgwaqo athola leli loli linotshwala obubiza uR500 0000 ngoMsombuluko ekuseni.

OLUNYE UDABA:Kushone abathathu iloli ishayisa obehamba ngezinyawo

Ngokusho kukaLieut Col Wilfred Kgago, okhulumela amaphoyisa omgwaqo, leli loli livinjezezwe abasolwa abebehamba ngemoto ebikhanyisa amalambu aluhlaza njengawamaphoyisa ku-N12 ngaseTwatwa.

“Kubanjwe umsolwa oyedwa otholakale elele phakathi kwaleli loli kwinxanxathela yezitolo iShoprite Shopping Centre, ngakumgwaqo uVoortrekker.

Kusetshenziswe umshini wokudukisa umkhondo we-tracker nokuyinto eyenzwa kwabanzima ukubona umkhondo wayo isathathwa le loli.

Lo msolwa ubekwe icala lokuduna imoto kanye nokutholakala nempahla eyebiwe kanti ugcinwe ezitokisini esiteshini samaphoyisa eKempton Park.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 3979 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2715 votes
No, I don't think they need it
36% - 3841 votes
Vote
ZAR/USD
15.36
(-0.53)
ZAR/GBP
21.27
(-0.18)
ZAR/EUR
18.31
(-0.11)
ZAR/AUD
11.82
(-0.25)
ZAR/JPY
0.14
(-0.16)
Gold
1698.61
(+0.28)
Silver
25.15
(-0.51)
Platinum
1128.50
(+1.07)
Brent Crude
67.21
(+4.17)
Palladium
2328.00
(+0.60)
All Share
68271.19
(+0.78)
Top 40
62788.64
(+0.87)
Financial 15
12759.80
(+0.67)
Industrial 25
87613.31
(-0.32)
Resource 10
70801.78
(+2.36)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo