Bangaphezu kwa-18 000 abafundi abashoda ngezikhala eW. Cape

Cape Town –Bangaphezu kwa-18 000 abafundi abashoda ngezikhala zokufunda kusukela kaGrade 1, kuya kaGrade 12, kusho uNgqongqoshe wezeMfundo eWestern Cape, uDebbie Schafer, ngoLwesithathu.

Kodwa uthembise ngokuthi bozodlala indima yabo ngokuthi babafake bonke ezikoleni ngokushesha, nokuyisithembiso asenze ngesikhathi evakashele iValhalla Primary School e-Elsies River.

OLUNYE UDABA: Kushone izingane ezine ziya esikoleni

“Sizokwenza esingakukhona, kodwa ngebhadi kungaba nezimo lapho amakilasi eba makhulu kunendlela ebesingathanda ngayo. Siphinde sibe namakilasi angomahambanendlwana ebesiwagcinile ukuze sikwazi ukuwasebenzisa lapho edingeka khona kakhulu,” usho kanje.

Bangaphezu kwesigidi abafundi abavukele ezikoleni kulesi sifundazwe ngosuku lokuqala lokufunda ngoLwesithathu.

USchafer uthi ezinsukwini eziyishumi ezizayo kuzokwenziwa ucwaningo ezikoleni zalesi sifundazwe ukuze kubhekwe ukuthi zingakanani izikhala ezisasele ukuze labo abasafuna izikhala bezobhaliswa ngokushesha. 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7781 votes
It's four more years for Trump
53% - 8933 votes
Vote
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo