Bangu-58 000 abafundi abangakazitholi izikhala zokufunda eGauteng

Johannesburg – UMnyango weMfundo eyisiSekelo eGauteng uthi bangu-58,000 abafundi abangakazitholi izikhala zokufunda ezikoleni ngenxa yokuthi baphuza ukubhalisa.

Ngonyaka odlule, uMnyango wezemfundo esifundazweni waqalisa uhlelo lokubhalisa ku-internet kubafundi abenza u-grade 1 kuya ku-8.

UMnyango uthi abazali bazokwaziswa nge-SMS kuleli sonto mayelana nokuthi ngabe izingane zabo zisitholile yini isikhala sokufunda.

OLUNYE UDABA: Umndeni unovalo ngokuphepha kwenkosi

Okhulumela uMnyango u-Oupa Bodibe uthi asikho isidingo sokukhathazeka.

“Sethemba ukuthi lesi sibalo sizokwehla kakhulu namhlanje [ngoMsombuluko] njengoba izikole zizobe zilungisa amabhuku azo futhi singabanika isiqiniseko abazalisokuthi nakanjani izingane zabo zizongena ezikoleni.”
We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10300 votes
It's four more years for Trump
53% - 11518 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.52
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1866.00
(-0.69)
Silver
23.20
(-0.88)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2195.50
(-2.58)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo