Basasemuva abasacwasa abanye- Zuma

Rustenburg - Umengameli we-ANC uJacob Zuma uthe labo ababungaza ukuwasana ngokwebala basaphila esikhathini sakudala.

UZuma ucele bonke abantu baseNingizimu Afrika isebenzisane ukulwa nokucwasana ngokwebala ezweni.

"Kuyacaca ukuthi kunedlanzana labantu ezweni lethi elisabona kunesidingo sokuhlukanisa imiphakathi yethu futhi elisakhothamela abaholi bobandlululo. La bantu abayimeli iNingizimu entsha," usho njalo etshela izinkulungwane zabantu abebehambele umgubho we-ANC ihlanganisa iminyaka engu-104 eRustenbrug ngoMgqibelo.

OLUNYE UDABA: Eyokucwasa ngokwebala ayingaliwa ngokunye ukucwasa

UZuma uthe bazokwenza isiqinisekiso ukuthi bayakuqeda ukucwasana ngebala ukuqiniseksia izwe elingcono.Waphinde wathi i-ANC isibeke imithetho evikela ukubandlulula ngazo zonke izindlela.

Izwe liqale unyaka ngegiya elingelihle neze ngesikhathi izinkundla zokuxhumana zichwaza ngezinkulumo zokucwasana ngokwebala ebezizungeza kuleli.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 868 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1636 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8904 votes
Vote
ZAR/USD
15.37
(-0.09)
ZAR/GBP
20.50
(-0.03)
ZAR/EUR
18.21
(-0.02)
ZAR/AUD
11.26
(-0.37)
ZAR/JPY
0.15
(-0.01)
Gold
1830.14
(-0.32)
Silver
23.47
(-0.17)
Platinum
934.00
(+0.81)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2329.00
(+0.01)
All Share
57611.56
(+0.81)
Top 40
52832.57
(+0.67)
Financial 15
11616.08
(+2.45)
Industrial 25
79978.02
(+0.08)
Resource 10
52321.13
(+1.06)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo