Bavelile abane abasolwa ngawokukhwabanisa ngamakhadi akwa-SASSA

Durban - Abasolwa abane uMduduzi Makhaye,32, Bongani Magutshwa, 33, Nonhlanhla Mpisane,36, kanye noThulasizwe Ngidi,29, bavele phambi kwenkantolo yamacala okukhwabanisa ahleliwe eThekwini.

Laba basolwa baboshwa wuphiko loKlebe olungaphansi kophiko lweDurban Anti-Corruption Task Team ngemuva kophenyo olunzulu ngezigameko zokukhwabanisa nenkohlakalo esikhungweni uMnini SASSA Service Centre.

OKlebe bebesebenza ngokubambisana nethimba langaphakathi kulesi sikhungo, kuphenywa ngalezz insolo.

NgoLwesihlanu mhlazingu-15 kwephezulu, abaseshi bagasele kulesi sikhungo bashesha yonke into.

OLUNYE UDABA:Inkantolo izokhipha isinqumo ngodaba lakwa-Sassa

Ngesikhathi kuseshwa, kutholakale omazisi, izisifiketi zokuzalwa kanye namakhadi akwaSASSA konke okungekho emthethweni kulaba basolwa.

UMduduzi Makhaye okunguyena umphathi walesi sikhungo kuthiwa ubesebezisana noMpisane noNgidi bebegcwalisa izicelo zokukhokhelwa kwesondlo sakwaSASSA ezingekho emthethweni.

UMagutshwa osebenza nge-Cash Pay Master Service uyena obeqinisekisa izicelo ezingekho emthethweni ezifakwe yilaba.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Would you choose to continue working from home after the coronavirus lockdown if given the option?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, it's much better for me
40% - 6580 votes
No ways! I can't wait to get back to the office
12% - 1929 votes
A mixture of both would suit me best
48% - 7920 votes
Vote
USD/ZAR
14.61
(0.0)
GBP/ZAR
20.02
(0.0)
EUR/ZAR
17.37
(0.0)
AUD/ZAR
11.13
(0.0)
JPY/ZAR
0.13
(0.0)
Gold
1,743.98
(0.0)
Silver
25.25
(0.0)
Platinum
1,204.50
(0.0)
Brent Crude
62.95
(-0.4)
Palladium
2,641.93
(0.0)
All Share
67,191
(+0.2)
Top 40
61,459
(+0.3)
Financial 15
12,123
(+0.8)
Industrial 25
87,544
(+0.1)
Resource 10
68,608
(+0.2)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo