'Baya esihogweni abakhokhisa abazalwane izishumi'

Bulawayo - Indaba yokukhokhwa kwezishumi emabandleni amaKrestu iza noqhekeko emabandleni amaningi ngoba abanye abantu banemibuzo ngayo.

Ukufunwa izishumi ngenkani sekudala ukuthi abanye abantu bagweme ukuya emabandleni athile, ngoba bebalekela ukuzikhipha.

UMphrofethi waseHarare, uPrince Wonderful, uthi abefundisi abaqoqa izishumi neminikelo kudingeka ukuthi baphulukiswe uma bezimisele ngensindiso.

OLUNYE UDABA: Baningi abafundisi abazongena esihogweni - uMfundisi

UWonderful ungumsunguli weLoving Christ International Ministries, kanti uthi indaba yezishumi wayembulelwa nguMoya oyiNgcwele ngo-2013.

Uthi abefundisi abanamabandla okuqoqwa kuwo izishumi baya esihogweni.

"Ngo-2013 uMoya oyiNgcwele wakhuluma nami ngihlezi egumbini lami ngikhuleka ngilungiselela inkonzo."

Thola udaba oluphelele kwiBulawayo24.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5102 votes
It's four more years for Trump
54% - 6045 votes
Vote
ZAR/USD
16.49
(+0.11)
ZAR/GBP
21.36
(+0.10)
ZAR/EUR
19.48
(-0.23)
ZAR/AUD
11.61
(+0.32)
ZAR/JPY
0.16
(+0.26)
Gold
1905.25
(+0.14)
Silver
24.59
(+5.17)
Platinum
859.51
(+0.79)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2337.54
(+0.56)
All Share
55130.82
(-0.05)
Top 40
50749.24
(+0.01)
Financial 15
9951.54
(-0.26)
Industrial 25
75588.62
(+1.10)
Resource 10
53476.87
(-1.21)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo