Bazovela abasolwa ngokubulala owesifazane ekwakhe

Durban - Amadoda amabili asolwa ngokuhlasela abulale owesifazane emzini wakhe ogwini olusenyakathi, kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseHluhluwe ngoLwesine.

UNomalungelo Mtungwa, 53, watholwa ngesonto eledlule elenga intambo emqaleni eMduku Reserve.

Imoto yakhe neselula yakhe kungekho kuye, kuqhuba umbiko.

OLUNYE YDABA:Kubulawe owesifazane , 29, eMpumalanga

Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant Colonel Thulani Zwane uthe uMtungwa wayenomyeni wakhe ongakwazi ukukhuluma kanye nodadewabo ogula ngokwengqondo ngesikhathi sesigameko.

Umyeni wakhe kuthiwa akakwazi ukukhuluma ngoba wafa uhlangothi.

"Amaphoyisa ababela KwaDukuza lapho afike abopha khona abasolwa ababili. Imoto eyayebiwe yatholakala endaweni yaseNyoni, ngaphandle kwaseMandeni," usho njalo.

 - Newswatch

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8110 votes
It's four more years for Trump
53% - 9281 votes
Vote
ZAR/USD
16.24
(-0.14)
ZAR/GBP
21.21
(-0.23)
ZAR/EUR
19.19
(+0.13)
ZAR/AUD
11.59
(-0.19)
ZAR/JPY
0.15
(+0.02)
Gold
1902.34
(+0.22)
Silver
24.24
(-0.74)
Platinum
891.00
(-0.50)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2381.50
(+0.11)
All Share
55121.20
(-0.39)
Top 40
50492.50
(-0.39)
Financial 15
10718.15
(-0.67)
Industrial 25
74698.82
(-0.28)
Resource 10
52321.08
(-0.46)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo