Buka: Indoda ishiya umbhede esibhedlela ijaha intombi ehambe neselula yayo

Johannesburg - Indoda yaseKansas City ishiye umbhede wayo wasesibhedlela yajaha intombi yayo ebiphethe iselula yayo yafunda imiqhafazo yayo.

Le ndoda igqoke imijiva yeziguli, ibonakala kwivideo igijima ngasemnyango wesibhedlela lapho ebone khona imoto yentombi yayo endaweni okupaka kuyo izimoto.

Kuthe isiyibona yagijima kakhulu yaqeda yamemeza yathi "Ayibo, iphi iselula yami?" 

"Ungazikhathazi ngayo," kuphendula owesifazane naye ememeza, waqeda wadumisa imoto.

Kubonakala engathi ivideo ifakwe ezinkundleni zokuxhumana ngoMashi 2018.

Ngesikhathi lo wesifazane esesuka le ndoda yagijima ngemuva kwemoto, yakotela kuyo ngemuva.

Akwaziwa ukuthi kwenzakaleni kule ndoda, ukuthi iyitholile iselula noma cha.

 - Ivideo:

 - ewn

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
As a child or as an adult, have you ever been a victim of bullying?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, at school
55% - 1425 votes
Yes, at work
17% - 446 votes
No, I've never experienced this
28% - 729 votes
Vote
USD/ZAR
14.22
(-0.8)
GBP/ZAR
19.75
(-0.4)
EUR/ZAR
17.12
(-0.2)
AUD/ZAR
11.06
(-0.1)
JPY/ZAR
0.13
(-0.1)
Gold
1,788.56
(+0.7)
Silver
26.16
(+0.7)
Platinum
1,218.50
(+1.2)
Brent Crude
66.77
(-0.3)
Palladium
2,828.74
(+1.7)
All Share
68,312
(-0.6)
Top 40
62,553
(-0.6)
Financial 15
12,373
(-0.6)
Industrial 25
88,665
(-0.8)
Resource 10
70,160
(-0.3)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo