BUKA: Ithole ukushaqeka intatheli ebibuza abantu ngokwesula kukaZuma

Johannesburg - Izolo ebusuku iningi lezakhamuzi zakuleli belilinde ukuba uMengameli Jacob Zuma amemezele ukuthi uyesula esikhundleni.

Ngakho bekungethusi ukuthi intatheli ye-eNCA uNickolaus Bauer ilibangise emgwaqeni yaseGoli iyothola imibono yezakhamuzi zakuleli ngokuphuma esikhundleni kukaZuma.

OLUNYE UDABA:Imibono eyahlukene kuTwitter ngokwesula kukaZuma

Kwi-video ye-eNCA, le ntatheli izame kaningi ukuthola ukuphawula kwabantu ngokwehla kukaZuma emandleni kodwa ihluleka. Ize yagcina isikhulume nowesifazane osemncane obehlezi emotweni ovele wadedela inhlamba ebhekise kuZuma kumabonakude.

UNickolaus uvele wasusa umbhobho kuye wahamba wayokhuluma nenye insizwa nayo yasho eyayo inhlamba.

Ngemuva koktshengise ukushaqeka ngokusebenzisa ulimi oluqosheme kwalo wesifazane. Ubebukeka ehluleka izikhawu eziningana ukuthola ukuphawula kwentsha njengoba nomunye uphawulile eqhulule inhlamba.

UNickolaus uvele wavala ngendlela ehlelekile, "wathi abantu bajabule kakhulu emgwaqeni yaseBraamfontein".

 -Twitter:

 - Drum

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6709 votes
It's four more years for Trump
54% - 7803 votes
Vote
ZAR/USD
16.20
(+0.83)
ZAR/GBP
21.21
(+1.09)
ZAR/EUR
19.16
(+1.03)
ZAR/AUD
11.51
(+0.78)
ZAR/JPY
0.15
(+0.93)
Gold
1898.48
(-1.19)
Silver
24.55
(-1.54)
Platinum
873.00
(-1.13)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2383.00
(-0.06)
All Share
54765.79
(-1.05)
Top 40
50261.27
(-1.26)
Financial 15
10383.73
(+2.42)
Industrial 25
74126.75
(-0.60)
Resource 10
52744.57
(-3.13)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo