BUKA: Ngabe lokhu kushintsha umlando ngoMandela?

Cape Town – Sekuvele i-video entsha etshengisa umengameli ongasekho emhlabeni uNelson Mandela ekhuluma nentatheli ngo-1956, nokungasho  ukushintsha komlando.

Lokhu kusho ukuthi uMandela wavela kumabonakude eminyakeni emihlanu eyandulela unyaka ka-1961 okwakucatshangwa ukuthi ngunyaka avela ngawo okokuqala kumabonakude enengxoxo nentatheli.

Ekuqaleni kwakucatshangwa ukuthi ingxoxo yokuqala eyakhonjiswa kumabonakude kaMandela kwaba yileyo aba nayo nentatheli yaseBrithani uBrian Widlake esekubhaceni ngoMeyi 1961.

Le video kusolakala ukuthi yathathwa ngesikhathi sekhefu kuqhubeka icala iTreason Trial ngo-1956.

Le video itshengisa uMandela egqoke isudi ephendula imibuzo e-Old Synagogue, ePitoli. Le ndawo yayisetshenziswa njengenkantolo.

Buka nansi i-vide ngeznsi:

 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2513 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 1785 votes
No, I don't think they need it
37% - 2494 votes
Vote
ZAR/USD
15.09
(-0.16)
ZAR/GBP
21.02
(-0.23)
ZAR/EUR
18.22
(-0.19)
ZAR/AUD
11.62
(-0.25)
ZAR/JPY
0.14
(-0.54)
Gold
1734.50
(+0.02)
Silver
26.67
(+0.05)
Platinum
1186.51
(+0.42)
Brent Crude
64.40
(-2.56)
Palladium
2310.00
(+0.58)
All Share
66138.05
(-1.99)
Top 40
60754.30
(-2.11)
Financial 15
12200.05
(-1.09)
Industrial 25
86144.34
(-0.81)
Resource 10
67459.85
(-4.14)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo