I-ANC eNorth West iyaziqhelelanisa nohambo lukaRamaphosa

Johannesburg – I-ANC eNorth West ngoLwesihlanu ithe ikomidi eliphezulu lesifundazwe (PEC) kanye nezikhulu zalo kaziyona ingxenye yohambo oluhlelwe yiPhini likaMengameli uCyril Ramaphosa esifundazweni.

"Sithanda ukuziqhelelanisa nohlelo njengoba singeyona ingxenye yalo,” kusho unobhala we-ANC esifundazweni uDakota Legoete esitatimendeni.  

"Njengombutho ozihloniphayo, asifuni ukwenza izinto ezingeke zibukeke kahle kulabo esifuna bangene ezikhundleni.

"Njengesakhamuzi saseNingizimu Afrika, iphini likamengameli lingavakashela noma yikuphi lapho lithanda khona kuleli. I-ANC eBokone Bophirima (eNorth West) ayiyona ingxenye yohlelo,” kusho uLegoete.

OLUNYE UDABA: Umholi weqembu eliphikisayo uboshelwe 'ukuzama ukubulala'

I-ANC ngoLwesihlanu kwi-website ukhiphe uhlelo lukaRamaphosa, oluhlanganisa nohambo lwakhe lwaseNorth West.

URamaphosa kulindeleke avakashele isikhungo saseNorth West University, ePotchefstroom ngoMgqibelo.

Uzophinde aye ehholo lomphakathi eMogwase ngeSonto.

Ubuholi baseNorth West phambilini bumemezele ukuthi beseka uNkosazana Dlamini-Zuma kwesokuhola inhlangano.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Is social media doing more harm than good?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, our children are exposed and we can't protect them
49% - 5820 votes
Yes, but social media is part of the new reality
45% - 5356 votes
No, it's great for growing a child's world view
5% - 612 votes
Vote
Rand - Dollar
14.13
-0.9%
Rand - Pound
19.86
-0.3%
Rand - Euro
17.06
-0.3%
Rand - Aus dollar
10.92
+0.5%
Rand - Yen
0.13
-0.0%
Gold
1,814.47
-1.3%
Silver
26.96
-2.4%
Palladium
2,859.51
-2.8%
Platinum
1,215.34
-2.0%
Brent Crude
68.55
+0.3%
Top 40
61,529
+0.3%
All Share
67,424
+0.3%
Resource 10
71,663
+1.5%
Industrial 25
83,756
-0.5%
Financial 15
12,642
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo