I-ANC izokwethula ngokusemthethweni uDidiza eTshwane

Pretoria – I-African National Congress (ANC) eGauteng ilungiselela ukwethula ngokusemthethweni lowo ozongenela esobuMeya eTshwane uThoko Didiza.

Lokhu ikwenza yize kuqubuke izidubedube izakhamuzi zithi azimfuni uDididza, kubika i-Eyewitness News.

Izakhamuzi zaseHammanskraal, Atteridgeville neMamelodi zanqaba ukwamukela ukuthi uDididza aphakanyiselwe kwesobuMeya, zithi zifuna angahambi lowo oyiMeya njengamanje uKgosientso Ramokgopa. 

OLUNYE UDABA: Sizinzile isimo eTshwane - Amaphoyisa

Amaphoyisa aseqinisekise ukuthi kushone abantu abathathu kwathi ababalelwa ku-40 baboshwa kule mibhikisho eyaqala ngeSonto ebusuku.

Yize kunjalo, i-ANC izoqhubeka nokwethula uDididza ngoLwesine (namhlanje) eGoli.

Kwenzeka konke lokhu sekusele isikhathi esingaphansi kwezinyanga ezimbili kuyiwe okhethweni.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5137 votes
It's four more years for Trump
54% - 6085 votes
Vote
ZAR/USD
16.52
(-0.12)
ZAR/GBP
21.39
(-0.01)
ZAR/EUR
19.51
(-0.39)
ZAR/AUD
11.62
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.09)
Gold
1904.33
(+0.08)
Silver
24.52
(+4.82)
Platinum
859.00
(+0.64)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2337.01
(+0.55)
All Share
55166.37
(+0.01)
Top 40
50774.60
(+0.06)
Financial 15
9954.27
(-0.24)
Industrial 25
75771.00
(+1.35)
Resource 10
53367.85
(-1.41)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo