I-ANC izophuma nezisombululo engqungqutheleni - Zuma

Johannesburg – I-African National Congress (ANC) njengoba ilungiselela ukuqala kwengqungquthela yemigomo ngoLwesihlanu, uMengameli Jacob Zuma ukhulume ngezinselelo ezibhene ne-ANC, wathi emhlanganweni bazophuma nezisombululo.

UMengameli kulindeleke avule ingqungqthela ngo-09:00 ekuseni.

Zingaphezu kuka-4 000 izithunywa ze-ANC okulindeleke zichithe izinsuku ezimbili zokuqala kweziyisithupha zengqungquthela eNasrec eSoweto ukudinginda ngesimo senhlangano.

Labo ababuthene engqungqutheleni bazobuyekeza imigomo emisha nemidala yeqembu, baphinde bathathe nezinqumo ezizoba nomthelela engqungqutheleni yokukhetha ubuholi obusha ngasekupheleni konyaka.

OLUNYE UDABA: Kushone 'oshayiswe yimoto' ehamba ngebhayisikili

UZuma utshele abantu ebebe kwi-gala dinner ngoLwesine ebusuku ukuthi iqembu lizosebenzisa le ngqungquthela ukubhekana nazo zonke izinselelo.

“Sibeke eceleni izinsuku ezimbili ukuba sigxile ekulungiseni isimo senhlangano. INingizimu Afrika idinga i-ANC eqinile, ebumbene nekwaziyo ekwenzayo.”

UZuma uthi ukungaboni ngasolinye kubaholi beqembu akumele kulimaze izinto iqembu elizibeke eqhulwini.

“Ukungaboni ngasolinye akumele kuthikameze isidingo sokubeka izwe kanye nabantu phambili.”

EWN

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 9817 votes
It's four more years for Trump
53% - 11022 votes
Vote
ZAR/USD
16.38
(-1.31)
ZAR/GBP
21.28
(-0.88)
ZAR/EUR
19.26
(-0.96)
ZAR/AUD
11.54
(-0.07)
ZAR/JPY
0.16
(-1.44)
Gold
1876.32
(-1.48)
Silver
23.35
(-3.87)
Platinum
870.00
(-0.47)
Brent Crude
41.09
(+1.96)
Palladium
2231.48
(-3.18)
All Share
52308.14
(-3.28)
Top 40
47930.58
(-3.29)
Financial 15
10026.43
(-4.54)
Industrial 25
72862.13
(-1.98)
Resource 10
48131.41
(-4.51)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo