I-ANCWL ifuna bakhokhe abadla izimali zomphakathi ngesikhathi sobandlululo

Johannesburg – I-African National Congress Women's League (ANCWL) isinxuse ukuba kwenziwe uphenyo ngezimali zomphakathi ezadliwa ngesikhathi sobandlulolu futhi bakhokhe labo abathintekayo.

IBarclays Africa ingase ikhokhiswe imali engaphezulu kuka-R2 billion ngemali eyayithola ngokungemthetho ngesikhathi sobandlululo ngenhloso yokuyitakula.

UMvikeli woMphakathi uBusisiwe Mkhwebane ophenyweni lwakhe lwesikhashana uthole ukuthi uhulumeni wobandlululo wephula uMthethosisekelo kanye nowokuphathwa kwezimali zomphakathi -  iPublic Finance Management Act – ngokuboleka imali iBankserv, osekwaba yi-Absa Bank engaphansi kweBarclays Africa.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umfanyana ngomlilo oqubuke eKapa

I-ANCWL ichaze ukuputshuka kombiko kaMvikeli woMphakathi wesikhashana njengento ekhathazayo futhi engcolisa igama likaMkhwebane nehhovisi lakhe.

Esitatimendeni, loluphiko luthe labo abahlomula ngokudliwa kwezimali zomphakathi ngesikhathi sobandlulolu kumele bakhokhe yonke imali futhi isinenzalo.

IBarclays Africa ithi ihlela ukufaka amaphepha kuMvikeli woMphakathi ngemizamo yokulungisa lokho ethi akulona iqiniso okuvela kulo mbiko oputshukile.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10284 votes
It's four more years for Trump
53% - 11502 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.28)
ZAR/GBP
21.19
(+0.34)
ZAR/EUR
19.13
(+0.50)
ZAR/AUD
11.53
(+0.16)
ZAR/JPY
0.16
(+0.16)
Gold
1869.43
(-0.52)
Silver
23.34
(-0.35)
Platinum
851.00
(-2.06)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2194.00
(-2.18)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo