I-DA ifuna kuqiniswe umthetho wokuhlukumeza ngokocansi ezikoleni eKZN

Durban - Iqembu lezepolitiki eliphikisayo iDemocratic Alliance (DA) KwaZulu-Natal lithi umthetho wezokuhlukunyezwa ngokocansi ezikoleni zesifundaweni kufanele uqiniswe ukuze uzogwema othisha ekuhlukumezeni abafundi ngokocansi.

Lokhu kulandela ngemuva kwevideo yocansi esabalale ezinkundleni zokuxhumana ngesonto eledlule eveza uthisha ezibandakanya ocansini nomfundi esikoleni esiseNquthu enyakatho nesifundazwe.

OLUNYE UDABA: Kuthiwa ugcwele amathafa uthisha ozishuthe elele nomfundi eNquthu

Lo thisha usolwa ngokukhohlisa abafundi emnyakeni eminingi eyedlule ebenza bavume ukuba bazibandakanye ocansini naye.

Isikhulumi se-DA sesifundazwe sezemfundo uMbali Ntuli uthe othisha abanamacala ezocansi akufanele bavunyelwe ukuba baqhubeke nokusebenza kunoma yisiphi isikole, kubika i-SABC.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2453 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 1751 votes
No, I don't think they need it
37% - 2439 votes
Vote
ZAR/USD
15.09
(-0.16)
ZAR/GBP
21.02
(-0.23)
ZAR/EUR
18.22
(-0.19)
ZAR/AUD
11.62
(-0.25)
ZAR/JPY
0.14
(-0.54)
Gold
1734.50
(+0.02)
Silver
26.67
(+0.05)
Platinum
1186.51
(+0.42)
Brent Crude
64.40
(-2.56)
Palladium
2310.00
(+0.58)
All Share
66138.05
(-1.99)
Top 40
60754.30
(-2.11)
Financial 15
12200.05
(-1.09)
Industrial 25
86144.34
(-0.81)
Resource 10
67459.85
(-4.14)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo