I-DA ikhethe ubuholi obusha KwaZulu-Natal

Durban – IDemocratic Alliance KwaZulu-Natal isikhethe ubuholi obusha “obuzohola i-DA kuhulumeni wase-KZN” ngesikhathi kunengqungquthela yokukhethwa kobuholi besifundazwe eThekwini ngoMgqibelo.

Zingaphezu kuka-600 izithunywa ebeziyingxenye yale nkomfa ebibanjelwe e-Olive Convention Centre, kusho uPhilisiwe Sefatsa, okhulumela i-DA esifundazweni.

"Lesi yisinyathelo sokuqala ekuletheni uguquko kubantu base-KZN,” esho.

Uthe i-DA iwatshengisile amandla ayo esifundazweni “ngokulokhu iqhubeke njalo nokushiya umaka kusona sonke isifundazwe”.

I-DA yathi ukhetho lohulumeni basekhaya luka-2016 lwatshengisa ukuthi ukukhula kwalo akuncikile ezindaweni ezisemadolobheni kuphela.

"I-DA manje isizimisele ngokuthi iqinisekise ukuthi i-ANC ithola amavoti angaphansi kuka-50% ngo-2019, kanti iqembu lizosebenza ngokubambisana ukufezekisa lokhu.”

Nabu ubuholi obusha:

Umholi wesifundazwe: Zwakele Mncwango

Isekela likamholi wesifundazwe: Mergan Chetty

Usihlalo esifundazweni: Francois Rodgers

Amasekela kasihlalo esifundazweni: Hlengiwe Shozi, Craig Millar noShehana Kajee

 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4825 votes
It's four more years for Trump
54% - 5736 votes
Vote
ZAR/USD
16.53
(-0.26)
ZAR/GBP
21.43
(-0.24)
ZAR/EUR
19.49
(-0.30)
ZAR/AUD
11.65
(+0.02)
ZAR/JPY
0.16
(-0.20)
Gold
1901.70
(-0.05)
Silver
24.46
(+4.60)
Platinum
855.00
(+0.18)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2345.50
(+0.64)
All Share
55161.03
(+0.21)
Top 40
50741.94
(+0.09)
Financial 15
9977.80
(+3.10)
Industrial 25
74762.95
(-0.61)
Resource 10
54129.95
(-0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo