I-DA neCosas bagxeka imiphumela ka-matric e-E Cape

Port Elizabeth – Abafundi bakamatikuletsheni e-Eastern Cape benzelwe phansi wuhlelo lwezemfundo, lokhu kushiwo yiDA kanye neCosas ngemuva kokuthi lesi sifundazwe sishaye into esezingeni eliphansi kunazo zonke izifundazwe ngokwezibalo zemiphumela ka-matric kunyaka ka-2016.

Thola imiphumela yakho ka-matric lapha

“Abafundi bakulesi sifundazwe benzelwa phansi kambi ukuhluleka komnyango ukuhlangabezana nozibekele khona kanye nezinhlelo.

“Asikho isizathu sokubungaza,” kusho ilungu lesishayamthetho leDA, u-Edmund van Vuuren, esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Uthi usizwe ukungalali umfundi ophase ngamalengiso

UVan Vuuren uthi izinhlelo zokunciphisa izigceme zesifundazwe zisuka ku-23 ziye ku-12 kanye nokusungula amahhovisi angu-150 azikaqaliswa ngokugcwele.

Lesi sifundazwe sinezigceme ezingu-5 ezishaya into ephansi kunazo zonke ezweni, kanti isigceme ngasinye sithole ngaphansi kwa-50%.

Khonamanjalo iCongress of South African Students (Cosas) yona izwakalise ukuphoxeka ngale miphumela, yathi phezu kokuba ike yazwakalisa ukukhathazeka kwayo ngaphambilini ngezinga lokuphasa kwa-matric kulesi sifundazwe, kodwa “amazwi ethu  afinyelele ezindlebeni ezingezwa”.

Unobhala wesifundazwe wale nhlangano, uSamkele Mqai, uthi akukwazi ukuthi ezigcemeni ezingu-23 asikho nesisodwa nje esithole ngaphezu kwa-90%.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6006 votes
It's four more years for Trump
54% - 7091 votes
Vote
ZAR/USD
16.30
(+0.85)
ZAR/GBP
21.35
(-0.17)
ZAR/EUR
19.32
(+0.73)
ZAR/AUD
11.58
(+0.17)
ZAR/JPY
0.16
(+0.07)
Gold
1923.80
(+0.72)
Silver
25.10
(+1.52)
Platinum
893.00
(+2.52)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2395.00
(+0.71)
All Share
55195.30
(-0.14)
Top 40
50770.62
(-0.16)
Financial 15
10064.55
(+1.09)
Industrial 25
74718.88
(-1.12)
Resource 10
54098.79
(+0.58)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo