I-EFF iphika eyamalungu ayo ajoyine i-ANC

Johannesburg - Abe-Economic Freedom Fighters (EFF) bachithe izinkulumo ze-African National Congress (ANC) ezithi isiyamukele amalungu e-EFF ayikhulu esifundazweni saseNorth West.

Okhulumela i-EFF uMbuyiseni Ndlozi uthe i-ANC iyiqembu labantu abahlezi befuna ukubukwa noma ukunakwa kanti futhi abanaso isiqiniseko sokuthi laba bantu okukhulunywa ngabo bangamalungu e-EFF.

OLUNYE UDABA: Uthi uboshelwe amanqina enyathi oshiye i-ANC

"Lawa ngamaqhinga aziwayo aNdunankulu waseNorth West osephelelwe yimibono. Abukho ubufakazi bokuthi laba bantu bangamalungu e-EFF.

UNdlozi uthe i-EFF yamukela amalungu ayizinkulungwane asuka kwamanye amaqembu ezepolitiki kanti i-EFF awukaze nakanye uyizwe itshela abezindaba ngalokho, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 957 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1804 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9943 votes
Vote
ZAR/USD
15.10
(+0.00)
ZAR/GBP
20.23
(-0.03)
ZAR/EUR
18.02
(-0.07)
ZAR/AUD
11.12
(+0.05)
ZAR/JPY
0.14
(-0.07)
Gold
1810.30
(+0.13)
Silver
23.41
(+0.35)
Platinum
968.00
(+0.92)
Brent Crude
48.73
(+1.57)
Palladium
2368.00
(+1.94)
All Share
57742.19
(-0.03)
Top 40
52940.79
(-0.20)
Financial 15
11641.10
(-0.29)
Industrial 25
79835.50
(-0.36)
Resource 10
52605.42
(+0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo