I-IEC imemezele izinguquku ngezikhathi zokuvota eKZN

Durban – Usihlalo we-IEC KwaZulu-Natal uMawethu Mosery ngoLwesibili umemezele izinguquko ezikhathini zokuvota okhethweni lomasipala lwangomhlaka 3 Agasti.

Ekhuluma emhlanganweni obekudingidwa kuwona izindlela ezizoletha ukuthula esifundazweni ngesikhathi sokhetho, kwiDiakonia Council of Churches, uMosery uthe izikhungo zokuvota zizovulwa kusukela ngo-07:00 ekuseni kuze kube u-19:00.

"Lokhu kubalulekile ngoba okhethweni olwedlule izikhungo zavalwa ngo-21:00."

Funda nalolu daba: Usindile umndeni imoto yawo iphahlazwa ngetshe

Uthe i-Electoral Commission of SA inethemba lokuthi iningi, noma bonke abantu baseNingizimu Afrika bazobe sebevotile ngo-19:00.

Uthe benze ucwaningo ngaphambi kokufinyelela kulesi sinqumo.

Kanti bathole ukuthi iningi labantu livota phakathi kwehora leshumi ekuseni kuya ehoreni lesibili ntambama.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8500 votes
It's four more years for Trump
53% - 9655 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(+0.14)
ZAR/GBP
21.09
(+0.36)
ZAR/EUR
19.12
(+0.47)
ZAR/AUD
11.53
(+0.26)
ZAR/JPY
0.15
(+0.28)
Gold
1901.10
(+0.16)
Silver
24.25
(-0.69)
Platinum
872.00
(-2.61)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2346.00
(-0.90)
All Share
54890.88
(-0.81)
Top 40
50286.90
(-0.80)
Financial 15
10644.91
(-1.35)
Industrial 25
74457.36
(-0.60)
Resource 10
52092.66
(-0.89)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo