I-SAHRC izoxoxisana nodokotela waseLimpopo 'ocwasa ngokwebala'

Johannesburg - IKhomishana yamaLungelo abantu ithi izoxoxisana nodokotela waseLimpopo ngenhloso yokumyekisa ukucwasa iziguli zakhe ngokwebala.

IHuman Rights Commission (HRC) ithi uma yehluleka udaba izoludlulisela enkantolo.

Abaphenyi be-HRC, abavakashele endaweni yalo dokotela asebenzela kuyo eMokopane ngoLwesithathu, bafice amagumbi amabili okubonana nodokotela kanjalo nezindlu zangasese ezimbili ezihlukene zabantu abansundu kanye nelinye labamhlophe.

OLUNYE UDABA:Usobishini umculi kamaskandi ocula ngabokufika

Omunye wabaphenyi uVictor Machidula, uthe okwenzeka lapha ngaphakathi kucacile ukuthi kunokucwasa okuqhubekayo. Uthi ngisho noma usungene ngaphakathi egumbini likadokotela izinto zihlukaniswengokuthi ungoweliphi ibala.

"Kunezindawo ezimbili ezahlukene okwamukelwa kuzo iziguli, zebala elimhlophe nelimnyama, ngisho namabhuku okubhalwa kuwo kunawabebala elimnyama nelabamhlophe."

Khonamanjalo, amaphoyisa kudingeke ukuba abizelwe kule ndawo ngemuva kokuqubuka kwengxabano phakathi kwesiguli nomunye wabaphenyi.

 - SABC


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7787 votes
It's four more years for Trump
53% - 8941 votes
Vote
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo