IBaroka isayinise umgadli wePirates

Johannesburg - IBaroka FC isisayinise umgadli we-Orlando Pirates, uSiphamandla ‘Lucho’ Sangweni, ngesikweletu kuze kube kuphela isizini ephezulu.

Lo mgadli uchithe isizini eyedlule ebolekiswe kuCape Town All Stars kanti useke wawadlalela namaqembu afana noBlack Leopards neMpumalanga Black Aces.

Kukholakala ukuthi laba bafinyelele esivumelwaneni ngokuxoxisana ngqo noSihlalo wamaBhakabhaka, u-Irvin Khoza, noweBaroka, uMorgan Mammila.

OLUNYE UDABA: IWits isayinise owayedlalela iZinyoni

“USangweni kulindeleke ukuba enze umsebenzi omuhle. Uzodlala noLucky Mothwa noma uVictor Letsoalo. Okwamanje akucaci ukuthi lo mdlali uzoqala nini ukubonakala enkundleni,” kusho uMammila etshela iSiya crew.

USangweni uthi usekulindele ukudlala ku-NFD ngemuva kokungalitholi ijezi kumaBhakabhaka.

“Kuzomele ngifake amagoli amaningi. Sengikujahile ukudlala noThabiso Kutumela. Sengiyazi ukuthi ngizoyisiza kanjani iBaroka ukuthi iyodlala ku-PSL,” kuphetha uSangweni.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 271 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
23% - 485 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1311 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(-0.16)
ZAR/GBP
20.47
(-0.20)
ZAR/EUR
18.43
(-0.25)
ZAR/AUD
11.26
(-0.21)
ZAR/JPY
0.15
(-0.08)
Gold
1810.58
(+0.02)
Silver
23.71
(-0.35)
Platinum
989.00
(-0.39)
Brent Crude
47.23
(-0.96)
Palladium
2387.01
(+0.16)
All Share
57509.72
(+0.73)
Top 40
52764.09
(+0.74)
Financial 15
11238.33
(+0.71)
Industrial 25
79067.55
(+0.13)
Resource 10
53562.00
(+1.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo