ICeltic igaqele owaduma kwiPirates

Johannesburg - IBloemfontein Celtic igaqele  umdlali weRoyal Eagles uKhethokwakhe Masuku.

UMasuku ubengavamile ukudlala ngesizini edlule kuleli qembu eliku-NFD kulandela ukusayina kulona esuka kwi-Orlando Pirates.

Kodwa lo mdlali oneminyaka engu-30 ubudala  angase abuyele esigabeni esiphezulu sebhola kuleli.

Funda nalolu daba: 'Ngizizwa ngihloniphekile ngokuqeqesha iPirates'

Usihlalo we-Eagles uS’bu Mpisane utshele iKickOff.com ukuthi ubenezingxoxo neBloemfontein Celtic ekhombise ukuzimisela ngalo mdlali.

Uqhube wathi iCeltic kungase kubeyiqembu abazosebenzisana nalo ngesizini ezayo ngokuboleka kulona abadlali.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6623 votes
It's four more years for Trump
54% - 7701 votes
Vote
ZAR/USD
16.29
(+0.25)
ZAR/GBP
21.34
(+0.47)
ZAR/EUR
19.27
(+0.48)
ZAR/AUD
11.57
(+0.28)
ZAR/JPY
0.16
(+0.19)
Gold
1905.80
(-0.80)
Silver
24.65
(-1.14)
Platinum
865.00
(-2.03)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2364.00
(-0.86)
All Share
54938.32
(-0.74)
Top 40
50454.79
(-0.88)
Financial 15
10309.52
(+1.69)
Industrial 25
74270.94
(-0.41)
Resource 10
53240.74
(-2.22)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo