IChiefs iqhathwe neqembu 'elilula' - Mosimane

Johannesburg - Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane ukholelwa ukuthi iqembu lakhe lizobhekana neqembu elinzima kuneKaizer Chiefs kwiCAF Champions.

AmaBrazilians azobhekana neqembu laseZimbabwe, iChicken Inn, emzuliswaneni wokuqala walo mqhudelwano.

Funda nalolu daba: Sizothenga abadlali abasha uma kunesidingo - Mosimane

Amakhosi ngakolunye uhlangothi azobhekana neVolcan de Moroni yaseComoros, kanti uMosimane ukholelwa ukuthi iChiefs ithole iqembu elingcono.

"Siqhathwe neqembu elidlala kahle kakhulu. Empeleni, ngicabanga ukuthi siqhathwe neqembu elinzima kuneChiefs,” kusho uMosimane kwi-website yeDowns.

"IChicken Inn ayilona iqembu elilula. Iyiqembu esathenga kulona uKuda Mahachi, kubika iSoccerLaduma.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6216 votes
It's four more years for Trump
54% - 7302 votes
Vote
ZAR/USD
16.37
(-0.39)
ZAR/GBP
21.52
(-0.35)
ZAR/EUR
19.41
(-0.28)
ZAR/AUD
11.62
(-0.14)
ZAR/JPY
0.16
(-0.31)
Gold
1913.46
(-0.41)
Silver
24.76
(-0.71)
Platinum
885.49
(+0.24)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2398.00
(+1.07)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo