IChiefs isifuna umdlali ofunwa yiPirates - Umbiko

Johannesburg - IKaizer Chiefs kuthiwa ifuna umdlali weChippa United uJames Okwuosa njengoba leli qembu lisaqhubeka nokuzama ukuqinisa isikwati salo.

Phambilini kubikwe ukuthi lo mdlali wasemuva odabuka eNigeria ufunwa yiPirates.

Nakuba iPirates kulindeleke ukuba izame ukuthenga lo mdlali lingakavalwa iwindi lokuthengwa kwabadlali, imithombo ithi iChiefs nayo isizimisele ngaye.

Funda nalolu daba: UShabba uthi baneqembu elisezingeni

Amakhosi kulezi zinsuku asebenzisana kahle neChippa.

Lezi zinkunzi zaseSoweto zisayine uWilliam Twala esuka kwiChippa, zaboleka leliqembu uDavid Zulu.

“Sekusele kancane kwenzeke. Nakanjani kuzokwenzeka. Angatholwa yinoma yiliphi iqembu (iPirates noma iChiefs). Abantu bazomangala,” kusho umthombo kwiSoccerLaduma.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
14% - 418 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 723 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1912 votes
Vote
ZAR/USD
15.20
(-0.25)
ZAR/GBP
20.40
(-0.01)
ZAR/EUR
18.42
(-0.06)
ZAR/AUD
11.29
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(+0.06)
Gold
1835.48
(-0.24)
Silver
24.14
(+0.55)
Platinum
1061.00
(+3.78)
Brent Crude
48.78
(+0.95)
Palladium
2336.01
(+1.71)
All Share
59419.37
(+0.80)
Top 40
54500.04
(+0.61)
Financial 15
11646.83
(+2.17)
Industrial 25
79758.36
(+0.10)
Resource 10
57015.33
(+0.70)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo