Icishe yafa inja ebulale inyoka isindisa umnikazi wayo

Cape Town - Inja ethembekile yohlobo lweBull terrier ibeke impilo yayo engcupheni ngemuva kokuhlasela ibulale inyoka yohlobo lweCobra ebingene egaraji lomnikazi yayo.

UTracey Jacobs ubhalele abomsakazo waseKapa iKFM ebazisa ngenyaka ecishe yamhlasela, 'inyoka ngiyibone ngesikhathi sengehlise emotweni ngoLwesihlanu ntambama.

UJacobs ube esechaza ukuthi inja yakhe uDexter iyibulale kanjani le nyoka.

OLUNYE UDABA: Umlisa ushaye unina ngemuva kokuba inja idle insangu

"Angazi ngingamubonga ngani uDexter ngokusindisa impilo yami," kusho uJacobs etshela abomsakazo.

UJacobs ube esethumela izithom,be zenyoka efile kumyeni wakhe othe akaphuthumise inja esibhedlela sezilwane ngoba le nyoka iyingozi kakhulu.

UJacobs uphuthumise uDexter esibhedlela iTygerberg Animal ngesikhathi sebhizi.

Ngomusa weNkosi abashayeli bebemgudlukela uJacobs emgwaqeni wafika esibhedlela inja yakhe isishintshe umbala, isikuhlaza ingasakwazi nokuphefumula kahle.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 854 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1608 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8743 votes
Vote
ZAR/USD
15.43
(-0.02)
ZAR/GBP
20.53
(-0.07)
ZAR/EUR
18.26
(+0.23)
ZAR/AUD
11.23
(+0.47)
ZAR/JPY
0.15
(+0.64)
Gold
1837.54
(-1.82)
Silver
23.56
(-2.51)
Platinum
927.00
(-1.64)
Brent Crude
45.18
(0.00)
Palladium
2353.00
(+1.36)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo