ICoke ingase ivale amafemu eNingizimu Afrika

Johannesburg - ICoca-Cola Beverages Africa ingase ivale amafemu ayo aseNingizimu Afrika uma uhulumeni eqhubeka nentela kashukela ephakanyiswayo.

UMgcinimafa kazwelonke eNingizimu Afrika waphakamisa ukuba kubenenteka kashukela ezongenisa imali elinganiselwa ku-R11 billion ($813 million) esikhwameni sikahulumeni, ngokwezibalo zango-2012.

Le ntela kuhloswe ngayo ukunciphisa ukudliwa kukashukela nokuthi abakhiqizi banciphise izinga likashukela eziphuzweni, ngokusho kukahulumeni.

Funda nalolu daba: Sesiphelile isiteleka embonini kaphethiloli

Izinga lemikhiqizo eyenziwe kuleli lizokwehla cishe ngo-25% uma lesi siphakamiso siqhubeka, ngokusho kukaVelaphi Ratshefola, ongumqondisi eCoca-Cola Beverages South Africa.

Uphinde wathi izinkampani ezincane zona zingase zivalwe thanqa ngenxa yalokhu, kubika iBloomberg.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2233 votes
I'll wait to see how others respond
27% - 1627 votes
No, I don't think they need it
37% - 2222 votes
Vote
ZAR/USD
14.88
(+0.75)
ZAR/GBP
20.76
(+1.27)
ZAR/EUR
18.06
(+1.04)
ZAR/AUD
11.64
(+1.40)
ZAR/JPY
0.14
(+0.68)
Gold
1766.95
(-0.19)
Silver
26.91
(-2.05)
Platinum
1205.01
(-0.82)
Brent Crude
66.03
(-0.11)
Palladium
2381.00
(-0.07)
All Share
66434.67
(-1.55)
Top 40
61054.76
(-1.63)
Financial 15
12306.79
(-0.22)
Industrial 25
86041.27
(-0.92)
Resource 10
68191.69
(-3.10)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo