IContralesa ithi amathemba ayo akuZuma ngolukaDalindyebo

Cape Town – Ngemuva kokuba inkosi yabaThembu uBuyelekhaya Dalindyebo echithe ubusuku bakhe bokuqala ejele, iCongress of Traditional Leaders in South Africa (Contralesa), ithi manje amathemba ayo isiwabeke kuMengamelu Jacob Zuma njengoba kufakwe isicelo sokuba anikeze inkosi ushwele.

Igatsha lale nhlangano e-Eastern Cape seliyichaze njengendumalo nemshwa ukwehluleka kwemizamo yenkosi ukugwema ijele.

Okhulumela inhlangano, uMwelo Nonkonyana uthe, “Ngeshwa, kuzekube izolo besingakayitholi impendulo ukuthi uMengamneli usehambe kangakanani ngokubhekisisa lolu daba. Kodwa siyakuqonda ukuthi uMengameli uzodinga isikhathi, yigakho sizame ukuya enkantolo izolo.”

Funda nalolu daba: AbaThembu bazodingida olozongena kwesikaDalindyebo

Inkosi uDalindyebo uzinikele ejele laseMthatha ngaphambi kokuba kushaye elaphakathi kwamabili.

Izolo, isicelo sakhe esiphuthumayo sokwelulelwa ibheyili asizange siphumelele eNkantolo eNkulu yaseMthatha.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5180 votes
It's four more years for Trump
54% - 6136 votes
Vote
ZAR/USD
16.55
(-0.25)
ZAR/GBP
21.38
(+0.02)
ZAR/EUR
19.54
(-0.54)
ZAR/AUD
11.62
(+0.24)
ZAR/JPY
0.16
(-0.00)
Gold
1903.34
(+0.04)
Silver
24.55
(+4.98)
Platinum
860.99
(+0.83)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2339.01
(+0.86)
All Share
55224.34
(+0.11)
Top 40
50808.93
(+0.13)
Financial 15
9953.87
(-0.24)
Industrial 25
75866.22
(+1.48)
Resource 10
53387.77
(-1.37)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo