Johannesburg - ICosatu ayiphikisani ngokuthi i-ANC isheshe ibambe ingqungquthela yokukhetha ubuholi, kusho unobhala wayo uBheki Ntshalintshali.
UNtshalintshali ubekhuluma ngemuva komhlangano wekomidi lomfelandawonye wezinyunyana obungempelasonto edlule.
Funda nalolu daba: Kuhlehliswe inkonzo yesikhumbuso soweSACP nowe-ANC
"Ikomidi lizibonile izicelo zokuba kusheshe kubanjwe ukhetho lobuholi be-ANC. ICosatu ayiphikisani nalokho, kodwa sizoqhubeka silalele izizathu zalokho.”
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.