Idlule nabantu abangu-6 ingozi yeloli neveni

Cape Town - Kuvulwe icala lokubulala ngokungenhloso ngemuva kokuba iloli lishayisane neveni kwaphuma imiphefumulo eduzane naseKimberley, kusho amaphoyisa aseNorthern Cape ngoLwesine.

Kule ngozi kushone ujuqu abantu abangu-6 abebesevenini, kusho uCaptain Olebogeng Tawana.

"Iveni lohlobo lwe-Opel Corsa libhajwe ngaphansi kweloli nabantu phakathi."

OLUNYE UDABA:Iphume nemiphefumulo ingozi enyantisayo

Kudingeke ukuba abosizo lokuqala basebenzise imishini ukutakula izidumbu kwimvithi.

Umshayeli weloli nabesifazane ababili okokholakala ukuthi bebehamba naye baphuthunyiswe esibhedlela beyoqhutshekwa nokwelashwa.

Lesi sehlakalo senzeke ngezithuba zabo-07:40 ngoLwesithathu, amakhilomitha angu-35 ngaphandle kwaseKimberley.

Uphenyo lwamaphoyisa lusaqhubeka.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
As a child or as an adult, have you ever been a victim of bullying?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, at school
54% - 1183 votes
Yes, at work
18% - 386 votes
No, I've never experienced this
29% - 632 votes
Vote
USD/ZAR
14.22
(-0.8)
GBP/ZAR
19.73
(-0.5)
EUR/ZAR
17.08
(-0.4)
AUD/ZAR
11.04
(-0.3)
JPY/ZAR
0.13
(-0.3)
Gold
1,785.97
(+0.5)
Silver
26.09
(+0.5)
Platinum
1,219.73
(+1.3)
Brent Crude
66.77
(-0.3)
Palladium
2,821.00
(+1.4)
All Share
68,521
(-0.3)
Top 40
62,658
(-0.4)
Financial 15
12,444
(-0.0)
Industrial 25
88,773
(-0.7)
Resource 10
70,343
(-0.0)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo