Ifuna ibheyili indoda, 61, 'edlwengule' intombazane, 11

Polokwane  - Indoda eneminyaka engu-61 ubudala ifake isicelo sebheyili eNkantolo yeMantshi yaseMotetema ngoLwesithathu ngemuva  kokuboshelwa izinsolo zokudlwengula intombazane, 11.

Le ntombazanyana kusolwa ukuthi yathunjwa yadlwengulwa ngemuva kokuthunywa wumama wayo esitolo esiseduze ngomhlaka-29 Januwari ebusuku, kusho amaphoyisa.

OLUNYE UDABA: Iyavela indoda, 61, 'edlwengule' intombazane, 11

"Le ntombazane ifika ekhaya yabikela umama wayo ngokuyehlele, umama wayo wabikela amaphoyisa ngokushesha," kusho uLieutenant-Colonel Moatshe Ngoepe wamaphoyisa.

Igama lale ndoda alikazukudalulwa kuze kube wukuthi iyalibvuma noma iyaliphika icala.

Isicelo sebheyili sale ndoda sizoqhubeka ngomhlaka-13 Febhuwari kanti njengamanje igcinwe esitokisini.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6186 votes
It's four more years for Trump
54% - 7273 votes
Vote
ZAR/USD
16.31
(+0.75)
ZAR/GBP
21.46
(-0.67)
ZAR/EUR
19.35
(+0.57)
ZAR/AUD
11.62
(-0.14)
ZAR/JPY
0.16
(-0.05)
Gold
1924.58
(+0.76)
Silver
25.03
(+1.22)
Platinum
887.00
(+2.00)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2396.00
(+0.77)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo