Igwetshwe engu-18 ejele edlwengule i-EX

Johannesburg - Owesifazane obesendleleni eya emtholampilo uhudulelwe emjondolo oseduzane ngowayeyisoka lakhe wamdlwengula.

Le ndoda eneminyaka engu-33 ubudala igwetshwe iminyaka engu-18 ebhadle ejele eNkantolo yesiFunda eRouxville ngokushayam ukuthumba nokudlwengula owayeyintombi, 29, kusho amaphoyisa aseFree State ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA:  Kugwetshwe 4 ngokutholakala namathambo e-albino

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Yanga Ngcukana uthe uZenzele Qithi ugwetshwe ngomhlaka-25 Agasti ngecala lokudlwengula langoJanuwari 2016.

UNgcukana uthe lo wesifazane wayelibangise emtholampilo ngesikhathi uQithi emthatha ngenkanni emdonsa eyomfaka emjondolo osedize wamdlwengulela kuwo.

Owamaphoyisa aseZastron uLieutenant-Colonel Disebo Tshabalala uthe isigwebo sifike kahle ngesikhathi besafundisa umphakathi, ikakhulukazi abesifazane ngamacala odlame lwaksekhaya nokuhlukunyezwa njalo ngophathina babo, kubika iThe Citizen.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 2938 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2034 votes
No, I don't think they need it
36% - 2855 votes
Vote
ZAR/USD
14.95
(+0.49)
ZAR/GBP
20.83
(+0.81)
ZAR/EUR
18.03
(+0.81)
ZAR/AUD
11.63
(+0.20)
ZAR/JPY
0.14
(+0.76)
Gold
1722.90
(-0.90)
Silver
26.54
(-0.87)
Platinum
1183.00
(-1.04)
Brent Crude
64.90
(0.00)
Palladium
2362.50
(+0.90)
All Share
67536.96
(+2.12)
Top 40
62107.04
(+2.23)
Financial 15
12456.31
(+2.10)
Industrial 25
88082.08
(+2.25)
Resource 10
68969.71
(+2.24)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo