Imidlwane itholakale idlala ngezicubu zengane esanda kuzalwa

Cape Town - Isidumbu sengane esanda kuzalwa sitholakale izicubu zayo zisakazeke yonke indawo KwaNonqaba, eMossel Bay, eWestern Cape, ngoMsombuluko.

Amaphoyisa athi isakhamuzi sithole imidlwane idlala ngezicubu zomzimba zale ngane egcekeni lakwaso. Kuthe uma sisondela, sabona ingalo nekhanda lengane.

Okhulumela amaphoyisa aKwaNonqaba, u-Ebrahim Kapp, uthe kukholakala ukuthi lezi ezinye izicubu zidliwe yizinja ezindala.

OLUNYE UDABA: Lushonile usana olutholakale lulahlwe ethoyilethi

“Sisola ukuthi umama wale ngane ubezama ukufihla ukuthi ubelethile. Sinxusa umphakathi ukuba usize ngolwazi ngoba ngeke kube wukuthi awumazi umuntu okade ekhulelwe.

"Kumele achaze lowo ukuthi ubelethe ingane yabe isishonaphi."

Amaphoyisa avule idokodo ngokufa komuntu kanti kumanje aqhuba uphenyo.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Will you continue to use WhatsApp following the company announcing a change terms of service which would force users to share personal data?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, the terms of service do not bother me enough to switch
52% - 6431 votes
No, I will be switching over to a new service
44% - 5528 votes
I've never used WhatsApp
4% - 489 votes
Vote
ZAR/USD
15.21
(-0.93)
ZAR/GBP
20.68
(-0.18)
ZAR/EUR
18.38
(-0.28)
ZAR/AUD
11.73
(+0.00)
ZAR/JPY
0.15
(-0.84)
Gold
1825.20
(-1.10)
Silver
24.69
(-3.26)
Platinum
1075.26
(-3.63)
Brent Crude
56.41
(+0.64)
Palladium
2388.00
(-0.48)
All Share
63549.75
(-0.52)
Top 40
58446.35
(-0.49)
Financial 15
11916.89
(+0.01)
Industrial 25
83811.01
(+0.08)
Resource 10
63855.25
(-1.46)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo